Zakwe
Bathi Ng’yachoma
[Verse 1]
Ngiyazi vele ngale track, ngisazovithiza iy’maku
Le, insizwa yangampela, egadla ivike nge hawu
Ngikuringele i-hour, nge peak time, ngibhidlize iminyango
Awungidonsele i-wheelchair, before ngiba khiphele unyawo
Ngibagebhela emnyango, ngigade lo, ozoringa mangikhipha
Cause la, kuzokhoka i-caller, but forget ama-drink (coca-cola)
Ingoma yami angisayi rap, ngiyinika u-Linda Sibiya
Ayidingi ama-hoover, uzoyizwa kwi-motivational speaker
Bathi i-dollar lilahlekile ngibathungela ama-pants
I-verse lami lakha i-packet (lucky packet) ngathi ngithenge i-sherbet
Ngi-patient, ngithatha i-shine ngishiye ixhwele nesi khwele
Noma ngiku confuse njengokubona i-boxing ring eyiskwele
Mangispitha abahlehle, ngibazwile bathi angeke ngibe grand
Bangamumela kanjani u-Zakwe imilenze beyishiye e-Tech
Ngibaphezulela iy’ngxazu, babheke basele nge-shirt
Bancenga amablukwe bonke laba abama baggy pants

[Chorus]
Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
Babhampisa amakhanda kodwa makudlala le-ngoma
Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
Shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona
Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
Babhampisa amakhanda kodwa makudlala le-ngoma
Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
Shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona
[Verse 2]
Bangizwa nge-bhesi, ngibhampa njenge sponge esine base
Ngi-control i-bass, kwi beat, ngi-ghev nge chase
Bamela eceleni, ngiphele endleleni ngidedele i-pace
A bit suprising njengokubona isangoma esibhula i-skeyf
Eh hhe, kanti zithini la, nabhida mangifika
Ah wena uyangidina, ngizoyiyeka i-rap mawufika keleli zinga
Mangiqeda ngiyahlina, ngibala i-dollar ngiziba ey’nokuqina
Lezi ey’dinga ama-touch ups, ngathi zizama ukuthinta mina
Anisoze nangifica, siza batshele ntwana kuzobhodwa
Mawufuna ukusinda kule flow, khwela umkhumbi ka Noah
I’ll blow you away, anytime, i-weight yakho ayibonwa
Angidingi izandla, unjenge parashoot, umova ngomoya
Basuka ngyahlofa, ngirula abolova kunyanye i-crew yonke
Just because I lead (eye lead), sebengibiza ngey’nkophe
Never bangi stop, ngeke banginqobe laba ababhobhe
I aint digging your shit, that’s why ngingeke nginikope

[Chorus]
Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
Babhampisa amakhanda kodwa makudlala le-ngoma
Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
Shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona
Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
Babhampisa amakhanda kodwa makudlala le-ngoma
Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
Shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona
[Verse 3]
Bafuna ukungiphendula isibuko son, bangizela ngobuso
Bazwe ngiringa ngama punch, sebengikhiphela isifutho
Mawubona ngigib’sele i-carvela, ngisuke ngenza ngey’bomu
Ukuthi ngihlale ngicupha iy’khala ngingaphathanga ama-bomb
Ley’ntwana angiy’boni, makungena zona ngidlulisa i-track
Sibasusa amabhadu, bahlulwe ukuhamba kuvuleke i-gab
Sibambe inkunzi yama kepisi, sobenza ba-hand i-cap (Handicap)
How can you jump to conclusion uhamba nge-wheelchair?
Angi-hate ama-cats, infact I’m making you fools train
You want to picture this, thatha i-close up njenge toothpaste
New pace, ngibatalabha ngivule ithuna nge-verse
Njenge cherry ebabayo ngenze bamise amatende
Siza batshele, kuzoshuba nisazo bhubha ngiyafunga
It’s like I went down for cash, kudala ngehla ngenyuka
Before ngiqhume, ngishaya i-signature yoku bhentsha kule nkudla
They just saw a stamack (star mark out) out, ngathi ngilenga amathumbu

[Chorus]
Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
Babhampisa amakhanda kodwa makudlala le-ngoma
Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
Shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona
Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
Babhampisa amakhanda kodwa makudlala le-ngoma
Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
Shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona